Angikhathazekile -Igesund

2013-01-09 13:01

Johannesburg - Njengoba kusele izinsuku eziyishumi kuphela kuqale imidlalo ye-Africa Cup of Nations (Afcon), neqembu laseNingizimu Afrika lishaywe ngo 1-0, lishaywa yiNorway, akwehlile ukuzethemba kumqeqeshi uGordon Igesund.

U-Igesund ubone ezakhe ziwuphethe umdlalo kuphela zihlulwa ubushaya amagoli, ngesikhathi zibhekene neNorway enkundleni yezemidlalo eKapa.

UThuso Phala noKatlego Mphela babonakale behlulwa ngamathuba amaningi.

"Okubalulekile wukuthi siyakwazi ukuwakhanda amathuba, umdlalo wethu muhle. Angikhathazekile kakhulu ngeBafana Bafana,” kusho u-Igesund.

"Abadllali bayazi ukuthi badlale kahle kwashoda wona amagoli. U-70% womdlalo ubungowethu, phambili nasemuva kanjalo nasesiswini bekucanasa thina.”




 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesayine kuPirates uQalinge

2014-07-30 16:00
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Mild. PE: 15-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...