Angeke adlale uDaniels kowePirates

2012-11-07 10:01

Johannesburg - Umdlali wasemuva weMamelodi Sundowns uClayton Daniels, uzophuthwa ngumdlalo wezakhe ne-Orlando Pirates, njengoba emisiwe ukudlala.

Abezindaba zeKickOff.com babike ukuthi uDaniels angeke abonakale emdlalweni wangoLwesithathu ebusuku ozobanjelwa eLoftus Stadium ngo-19:30.

AmaBrazilians alele endaweni ka-15 ohlwini lweligi, asedlale imidlalo eyisishiyagalombili, iBhakabhaka lona lilele endaweni yesine ohlwini.

ISundowns isingenelwe ngamagoli ayisishiyagalombili emidlalweni engu-8 kwathi iPirates yona yangenelwa ngamagoli ayisithupha emidlalweni efanayo.

Uma kubhekisiswa izibalo kusukela ngonyaka ka-1985, amaqembu lawa asehlangane izikhathi ezingu-55, amaBrazillians anqoba imidlalo engu-23 kwathi iPirates yanqoba engu-16.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-28°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 20-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-31°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...