Angase abonakale enkundleni uMphela

2012-12-05 10:01

Johannesburg - IMamelodi Sundowns izodlala ngaphandle kukaNyasha Mushekwi uma isitholana phezulu neFree State Stars, kodwa kungenzeka ukuthi abe khona uKatlego Mphela, nokulindeleke ukuthi abonakale okokuqala enkundleni kusukela athola ukulimala, kubika iKickOff.com.

UMushekwi uthole ukulimala ngesikhathi bezilolonga.

UMphela wahlinzwa edolweni ngoJuni, kanti manje useluleme ngokugcwele njengoba eyingxenye yesikwati esihambele eFree State.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Passing showers. More clouds than sun. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Numerous showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...