AmaZulu athenge uJohnson

2012-07-16 14:03
Yabelani Shicilela

Durban - Umdlali waseLiberia, odlala esiswini uDulee Johnson, usesayine neqembu lamaZulu, kusho umbiko weqembu ngoMsombuluko.

Lo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala, odlale impilo yakhe yonke e-Europe, usayine inkontileka yeminyaka emibili neqembu laseThekwini.

UJohnson ungomunye wabadlali abathathu abasha abasayinisiwe, abahlanganisa uSifiso Vilakazi, obedlalela iBidVest Wits kanye noPrince Hlela, yena obedlalela iBloemfontein Celtic.

USuthu ludayise umgadli uThamsanqa Sangweni, osezobonakala eqenjini iMamelodi Sundowns.

NgoLwesithathu, amaZulu azodlala neqembu elidlalela i-English Premier League, iManchester United.

Umdlalo, uyingxenye yemigubho yeminyaka engu-80 iqembu likhona, uzobanjelwa enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...