AmaZulu ahluleke ezamile

2012-07-19 07:15

Durban - Yize iManchester United iwunqobile umdlalo wokuqala weMTN Football Invitational Tour 2012 ngesikhathi ibhekene namaZulu eThekwini, kodwa bekungenzeka noma yini, kubika iKickOff.com.

UFederico Macheda uyena ofake igoli kulo mdlalo ngomzuzu ka-21, njengoba uSuthu lulahle amathuba amaningi okuvalela ibhola enethini.

I-United ibiwuphethe umdlalo ngesiwombe sokuqala kodwa amaZulu nawo abengazibekile phansi njengoba abadali basemuva bebetatazela kucace.

Lo mdlalo uphele ngo 1-0.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C High level clouds. Warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...