AmaTuks awulindele owawo neChiefs

2012-12-14 12:06

Pretoria - Yize noma belihlonipha iqembu eliqhwakele ohlwini lwe-log, iKaizer Chiefs, isikhulu se-University of Pretoria uSteve Barker, uthi ezakhe angeke zilinike thuba leli qembu laseSoweto.

UBaker usho kanjena njengoba amaTuks ezodlala neKhosi enkundleni yezemidlalo iFNB Stadium, ngoMgqibelo.

AmaTuks angomakoti kuPSL akhombise ukuba nomdlalo omuhle kakhulu njengoba esenqobe imidlalo eyisihlanu, yadlala ngokulingana eyisithupha ase eshaywa kwemithathu.

UBaker uthi bawubheke ngabomvu umdlalo wangoMgqibelo.

"Uma uyiqembu elincane njengathi, kuyenzeka abadlali babe novalo. Sesizamile ukukukhipha lokho kubo,"

"Akumele siyisabe iChiefs, angeke silahlekelwe yilutho emdlalweni wangoMgqibelo, kumele sibuye nephuzu."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-28°C a few showers. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-23°C More clouds than sun. Mild. PE: 14-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...