AmaTuks afuna ukudlala kwiPSL

2011-09-09 10:20

Pretoria – Iqembu lasePitoli elidlala kwiNational First Division, i-University of Pretoria, ihlezi endaweni yokuqala kwiligi, futhi kubukeka ingathi izobe idlala kwiPSL kwisizini elandelayo, kubika iSowetan ngoLwesihlanu.

Leliya qembu, eselinqobe imidlalo yalo emithathu yokuqala, izohlangana neChippa United ePhilippi Stadium eKapa ngoLwesihlanu.

AmaTuks aseshaye iAlti FC (2-0), i-African Warriors (2-1), neDynamos (3-0).

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C Scattered showers. Increasing cloudiness. Cool. PE: 10-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...