Alikho iqembu esilisabayo – Mbesuma

2011-10-24 16:37
Yabelani Shicilela

Durban – Umdlali odlala phambili eqenjini leGolden Arrows, uCollins Mbesuma uthi ucabanga ukuthi usedlala kahle phambili komdlalo wabo weTelkom Knockout neSuperSport United, kubika iFootball365.co.za.

Lo mdlali owafaka amagoli angu-33 ngesizini ka-2004.05, usefake amathathu kulesizini.

"Ngizizwa ingathi sengibuyela ezingeni engilaziyo," ushilo uMbesuma ekhuluma ne-website yePSL.

"Ngingadlala ngcono, kodwa ngizizwa ingathi sengizofika."

UMbesuma uthe umdlalo wabo lapho beshaye khona iKaizer Chiefs uzobasiza.

"Wonke umdlali eqenjini lethu ukholwa ukuthi singashaya noma Ubani. Okwamanje, alikho iqembu esilisabayo."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 10-24°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...