AbeNike balaxaze u-Oscar

2013-02-19 07:42

New York - Abelebuli iNike bamemezele ukuthi umsubathi u-Oscar Pistorius ngeke asaba yingxenye yezinhlelo zabo zemikhankaso kulandela ukuthi ebekwe icala lokubulala intombi yakhe.

Okhulumela iNike Inc uKeJuan Wilkins ukuqinisekisile lokhu.

Ube esekuhlaba ukuthi bese bevele benezinhlelo zokusebenzisana noPistorius, noma bazohoxisa zonke izikhangisi ezibandakanya lo mgijimi.

UPistorius, 26, usolwa ngokudubula abulale intombi yakhe emzini wakhe osePitoli.

Isikhangisi sakwaNike esiku-internet esinemibhalo ethi "I am the bullet in the chamber" naso sesisusiwe kulandela lokhu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 1-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 10-16°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...