ezemidlalo

Inkakha yeBucs ibeka izizathu zokuthi kungani uJali kumele abuyele kwiPirates

2018-05-09 16:06

Lowo owake wadlalela amaBhakabhaka uJoseph Ngake uthi u-Andile Jali kumele abuyele "ekhaya" ekilabhini abeyidlalela ngaphambi kokufudukela phesheya, i-Orlando Pirates.

Eksteen: Iyethusa indlela ashone ngayo uNtshangase

2018-05-08 14:02

Umdlali wasesiswini kwiMaritzburg United uZiyaad Eksteen uthi indlela ashone ngayo uzakwabo uLuyanda Ntshangase ibe yibhadi futhi kayichazeki.

Akwaziwa ngekusasa likaBilliat

2018-05-07 18:02

Umdlali odabuka eZimbabwe uKhama Billiat, okulindeleke ukuba ashiye iMamelodi Sundowns ekupheleni kwesizini, namanje akakacacisi ukuthi uzobe elihlikihla kuphi ngesizini ezayo.

U-Onyango uthipha uKhune kwesikanozinti ovelele

2018-05-04 18:01

Unozinti weMamelodi Sundowns uDenis Onyango weseka imbangi yakhe u-Itumeleng Khune weKaizer Chiefs ekutheni kube nguye okhala emuke nendondo ye-Absa Premiership Goalkeeper of the Season.

Isiphelile indaba yokukhithiza - Mosimane

2018-05-03 16:02

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane uthi ngeke baze baye "kokhithiza" abadlali njengoba belungiselela isizini ezayo.

UMabedi uchaza ngolukaKhuzwayo kwiChiefs

2018-05-02 11:01

Umqeqeshi osabambile kwiKaizer Chiefs uPatrick Mabedi ukholelwa wukuthi ikilabhu inenala yethalente, okubalwa nonozinti osemncane uBruce Bvuma.

Umqeqeshi uncome iPirates ‘ngokulandela uhlelo lomdlalo’

2018-04-26 09:33

Umqeqeshi we-Orlando Pirates uMilutin Sredojevic uthi ujabule ngendlela abadlali bakhe abayilandele ngayo imiyalelo yakhe ngesikhathi bebeguqisa iBidvest Wits.

UNgqongqoshe wezemiDlalo ufuna umbiko ngesigameko saseMoses Mabhida

2018-04-24 11:00

UNgqongqoshe wezemiDlalo nezokuNgcebeleka uTokozile Xasa ufuna ngokushesha ukubona umbiko ngodlame oluqubuke eMoses Mabhida Stadium eThekwini, nolushiye kulimale abantu abangu-18.

I-SAFA inxusa umphakathi ukuba usize kutholakale 'izixhwanguxhwangu' kolwaseMoses Mabhida

2018-04-23 14:04

ISouth African Football Association (SAFA) isikhiphe isitatimende inxusa amalungu omphakathi ukuba asize ekutheni kutholakale "izixhwanguxhwangu" ezibandakanyekayo odlameni olwenzeke eMoses Mabhida Stadium.

I-KV Oostende isimkhululile u-Andile Jali

2018-04-20 17:59

Ikilabhu yaseBelgium i-KV Oostende isiqinisekisile ukuthi iyahlukana inhloko nesixhanti phakathi kwayo nomdlali wasesiswini odabuka eNingizimu Afrika, u-Andile Jali.

Umdlalo wePirates neWits uzokhonjiswa kumabonakude

2018-04-19 17:59

Lowo oyinhloko yezokuxhumana kwiPremier Soccer League, uLuxolo September, useqinisekisile ukuthi umdlalo we-Orlando Pirates we-Absa Premiership ezowudlala neBidvest Wits, uzokhonjiswa kumabonakude.

 

 

I-PSL izwakalise ukuthi iyaweseka umdlalo weDowns neBarcelona

2018-05-07 16:00

IPremier Soccer League (PSL) isinikeze oshampeni iMamelodi Sundowns imvume yokudlala nezinkunzi zaseSpain, iBarcelona, umdlalo wobungani e-FNB Stadium ngomhlaka-16 Meyi.

Kugcine kumenele umdlali weMaritzburg owashaywa wumbani ngoMashi

2018-05-04 19:21

IMaritzburg United ithi isakhungathekile ngokudlula emhlabeni komgadli wayo uLuyanda Ntshangase, eneminyaka engu-21 ubudala.

I-SAFA ihalalisele aMasandawana ngesicoco seligi

2018-05-03 19:24

ISouth African Football Association (SAFA) isihalalisele iMamelodi Sundowns ngokukhala yemuke nesicoco sika-2017/2018 se-Absa Premiership.

UMadedi uthi abadlali beChiefs kumele benze umsebenzi wabo

2018-04-25 11:04

Ibamba likamqeqeshi weKaizer Chiefs uPatrick Mabedi liyavuma ukuthi isigameko saseMoses Mabhida sibalimaze kakhulu abadlali emqondweni, kodwa wathi akumele bahlale kuleyo nto kwazise kusele imidlalo emibili.

I-Arrows ithembisa ukuphepha kwabalandeli emdlalweni wayo neChiefs

2018-04-24 14:02

IGolden Arrows isiqinisekise ukuphepha kwabalandeli ngokuthi iqinise ezokuphepha ngaphambi komdlalo wayo we-Absa Premiership neKaizer Chiefs ePrincess Magogo Stadium.

Mosimane: Isicoco seligi sibaluleke ngaphezu kweseNedbank Cup

2018-04-23 12:32

Kulandela ukukhishwa emqhudelwaneni weNedbank Cup, umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane uthi isicoco se-Absa Premiership yisona esibaluleke kakhulu.

BUKA: Izixhwanguxhwangu zeChiefs zishaye owesifazane waquleka enkundleni

2018-04-22 10:23

Abalandeli beKaizer Chiefs bangene enkundleni bashaya kabi unogada wesifazane kulandela ukwehlulwa kwekilabhu yabo ngesikhathi idlala neFree State Stars koweNedbank Cup.

Sizokwenza izinguquko ezinkulu ngaphambi kokuqala kwesizini - Kaizer Motaung

2018-04-20 16:00

USihlalo weKaizer Chiefs, uKaizer Motaung, usegcizelele ekutheni abalandeli kumele babekezele futhi baziphathe kahle uma ikilabhu isidlala eThekwini ngempelasonto.

 
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 10-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-21°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 13-21°C Scattered tstorms late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...