Uyehla uphethiloli ngesonto elizayo

2017-12-30 11:55

ohannesburg - Kuzovela elomhlathi kubashayeli bakuleli ngokwehla kukaphethiloli ngemuva kwamaholidi kaKhisimusi, kusho uMnyango wezaMandla.

UMnyango uthi uphethiloli i-95 octane uzokwehla ngo-34c ilitha, kuthi i93 octane yona yehle ngo-29c ilitha.

OLUNYE UDABA:Uyenyuka uphethiloli ngesonto elizayo - UMnyango

Udizili wona uzokwehla ngo-22c no-26c u-0.05% no-0.005%.

Uphethilo wona uzokwehla ngo-29 ilitha kanti igesi yona izokwehla ngo-79c ikhilo.

Le yinyanga yokuqala uphethiloli wehla kanga ngemuva kokunyuka izikhawu ezinhlanu zilandelana.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...