Lehlele ku-26.7% izinga labangasebenzi kuleli

2018-02-13 12:30

Cape Town - Lehlele ku-26.7% izinga labangasebenzi kuleli ngekota yesine yonyaka ka-2017, ngokusho kwenhlolovo yeQuarterly labour force, ekhishwe ngabeStatistics South Africa (Stats SA) ngoLwesibili.

Lokhu kusho ukuthi bangu-5.9 million bantu abangasebenzi kuleli, okubalwa nabantu abangasebenzi kepha abazamayo ukufesa.

Nokho, lezi zibalo zisasalele emuva ngo-12.7% ka-14% wezinhlelo zeNational Development Plan ka-2020, ngokusho kukaRisenga Maluleke, okunguyena owethule lezi zibalo ePitoli.

OLUNYE UDABA: Lehlile izinga labangasebenzi kuleli - Umbiko

I-NDP ibheke ekutheni lesi sibalo sehle sibe ngu-6% ngo-2030.

Lezi zibalo zitshengisa ukuthi lehle ngo-1% izinga labantu abangasebenzi ebelimi ku-27.7% ngekota yesibili neyesithathu ka-2017.

Udaba oluphelele lapha.

- Fin24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...