Kulindeleke ehle amanani kaphethiloli ngezayo

2018-02-26 18:01

Johannesburg – I-Automobile Association ithi kulindeleke ehle amanani kaphethiloli ngenyanga ezayo [Mashi].

Amanani kaphethiloli kulindeleke ehle ngemali engafinyelela ku-38 cents ilitha, akadizini ehle ngo-47 cents ilitha, awapharafini wona ehle ngo-26 cents.

OLUNYE UDABA: Uzobhadla ejele impilo yakhe yonke obedlwengula indodakazi

I-AA ithi imbangela yalokhu ukuqina kwamandla erandi kanye nokwehla kwamanani kawoyela emhlabeni. Selokhu kuqale uFebhuwari, irandi liqinile kanti kumanje lihweba ngaphansi kuka-R12 uma liqhathaniswa nedola laseMelika.

- eNCA

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Thunderstorms. Mostly cloudy. Cool. Pta: 8-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-21°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-22°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...