INehawu isiziqhelelanisile nokusha okwenzeke e-UniZulu

2016-09-28 12:30

Durban - Inyunyana yabasebenzi iNehawu isiziqhelelanisile nomlilo obusha e-University of Zululand (UniZulu) ngempelasonto.

Kushiswe izimoto ezingu-9 ngeSonto, ngemuva kwezinsuku ezimbalwa kushiswe igumbi okugcinwa kulo impahla kulesi sikhungo.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Umbhikisho wase-UniZulu

Isiteleka esesithathe isnto simayelana namaholo, abasebenzi besikhashana nokuqashwa kwabantu bangaphandle.

Owenyunyana uHlanganisani Jamile uthe sekukhona okusha okukhishiwe kodwa abasebenzi basazoqhubeka nesiteleka kuze kuthathwe isinqumo.

 - Newswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...