I-FNB iyibhange lokuqala kuleli ukukhiqiza amaselula

2016-08-23 14:30

Cape Town - IFirst National Bank (FNB) iyibhange lokuqala eNingizimu Afrika ukwethula umakhalekhukhwini wayo oyi-Android smartphone.

I-FNB yethule omakhalekhukhwini namhlanje ngoLwesibili eKapa, okubalwa kubona iConeXis X1 ebiza u-R150 ngenyanga iminyaka emibili, ne-ConeXis A1 ebiza u-R59 ngenyanga izinyanga ezingu-24.

Funda nalolu daba: Inkampani yensimbi ithi izoyiokhokha inhlawulo ka-R1.5bn

I-FNB ithi amafoni ayo azophinde ahlinzeke abantu ngezinhlelo zokubhanga zamahhala kanti futhi enziwe yinkampani yamafoni yaseChina, i-ZTE.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Sunny. Mild. Pta: 6-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: -3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...