Zimoshile iziteleka - Ungqongqoshe

2012-10-25 16:12
Yabelani Shicilela

Cape Town - Iziteleka eziqubuke ezimayini ze-platinum kanjalo nezegolide, zilahlekisele umnotho wakuleli ngo-R10.1 billion, kusho uNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan, ngesikhathi ethula inkumulo yakhe ebizwa nge-Medium-Term Budget Policy Statement.

"UMgcinimabhuku uhlawumbusela ukuthi ifinyelele ku-R10.1 billion imali elahlekile njengoba bekuqhubeka iziteleka ezingagunyaziwe."

"Isigameko sasemayini iLonmin, eMarikana siqubule iziteleka embonini yezimayini, iziteleka ziqale ngenyanga ka-Agasti, zonke zikhubaze inzuzo."

UGordhan uthi ukwehla komsebenzi embonini yezimayini, akugcini ngokukhubaza le mboni kuphela, kodwa kuphumela nakwezinye izimboni, uthe inzuzo yehle ngo-3.3% ngenya nga ka-Agasti.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...