Uzovela enkantolo owayehola isiteleka

2012-12-27 11:04
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Lowo osolwa ngokuba ubhongoza wesiteleka u-Elias Juba wase eboshwa ngesikhathi kunesiteleka esinodlame emayini yaseLimpopo, iBokoni, uzovela eNkantolo yeMantshi yaseSekhukhune ngoLwesine, kubika izindaba zeSABC.

Uphinde waboshwa ngokubanjwa ethula inkulumo erenki yamatekisi - nobekuphambana nemibandela yebheyili anikezwa yona - manje usezobhekana necala lokuphula umyalelo wenkantolo.

UJuba, nonguSihlalo weLabour Forum wahola isiteleka esadonsa izinyanga ezimbili esingekho emthethweni ngo-Okthoba nangoNovemba eBokoni Platinum, ngaphandle kwaseBurgersfort.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 7-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Morning clouds. Mild. PE: 13-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...