Uvulelwe icala uMTN

2012-03-30 10:00

Johannesburg - Inkampani yamaselula eTurkey iTurkcell, isifake enkantolo inkampani yezokuxhumana yakuleli laseNingizimu Afrika, iMTN Group, kulandela izinsolo zenkohlakalo ekuthiwa zenzizwe ngabakwaMTN e-Iran.

Inkampani iTurkcell ifuna uMTN ahlawule imali engu-$4.2 billion ngokungalandeli imigomo yokusebenzisana eyabe ibekiwe.

Izinkampani kuthiwa zasayina isivumelwano sokusebenzisana esibe sesiphulwa ngabakwaMTN.

UMTN uphethe u-49% wenkamapni yezokuxhumana e-Iran kanti unamakhasimende afinyelela ku-33 million.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Tstorms late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Rain late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...