Uphethiloli uzonyuka ngo-41c

2013-02-01 14:02

Cape Town - UMnyango wezokuMbiwa phansi naMandla umemezele ukuthi izonyuka intengo kaphethiloli ngesonto elizayo, ngokusho kombiko wakamuva.

Uphethiloli uzonyuka ngo-41 cents ilitha kuthi udizili wona unyuke ngo-17.8 cents ilitha, kusukela ngoLwesithathu, nokunguFebhuwari 6.

Intengo kaphethiloli nokunye ishintsha njalo ngoLwesithathu wokuqala enyangeni, nokuyisinqumo esihambisana nentengo kawoyela emazweni omhlaba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Finance24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-13°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 7-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Sunny. Mild. Bloem: -4-11°C Sunny. Cool.
Dbn: 12-22°C Morning clouds. Cool. PE: 9-17°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...