'Umkhakha ozimele kumele udlale indima yawo'

2012-02-23 08:40

Cape Town - UNngqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan usecele umkhakha ozimele ukuba udlale indima yawo ekubhekaneni nezinselelo zokuntuleka kwamathuba emisebenzi.

Uthe lo mkhakha kumele ube yingxenye yokukhuliswa komnotho.

Ekhuluma kuRadio 702 ngoLwesithathu kulandela ukuthi ethule isabelomali zika-2012 ePhalamende, uGordhan uqhakambise ukuthi umnotho awakhiwa kuphela nje uhulumeni.

“Uhulumeni wenza u-30% kuphela womnotho. Uhulumeni ulithwale yedwa ijoka lokufukula umnotho ngesikhathi singesihle isimo umhlaba wonke ngo-2007/08 manje sekuyisikhathi sokuthi umkhakha ozimele nawo udlale indima. Kumele sonke senze okuthile," esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Finance24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Sichithiwe isicelo seSanral

2014-08-28 14:29
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 6-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Showers early. Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Rain showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...