Ukhomishana wabathengi uzolwela abakhulelwe

2012-07-24 10:01
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UKhomishana wabaThengi kuZwelonke uMamodupi Mahlala-Mulaudzi uthe kumele umthetho ongaphansi kweMedical Schemes Act uhlonzwe njengongavumelekile ngokoMthethosisekelo njengoba ethi ukhipha inyumbazane abesifazane abazithwele, kusho imibiko ngoLwesibili.

Abezindaba zeSake24 babike ukuthi ababhekene nama-Medical Schemes, bayazi ukuthi ukhomishana useqalile ukubamba izingxoxo ngenhloso yokuzama ukuguqula lo mthetho.

Ukhomishana uthe isigaba lesi esimkhalisayo, ngesithi owesifazane okhulelwe ngeke esakwazi ukuqhubeka nokukhokheleka noma ukusebenzisa lolo hlelo uma esebelethile.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...