Uhulumeni uzokwelekelela uSanral

2012-05-31 12:06

Cape Town - Uhulumeni angase aqhamuke nezindlela ezithize zokusiza inkampani iSanral kuze izokwazi ukukhokha isikweleti sika-R20 billion ebhekene naso, kusho iPhini likaMengameli uKgalema Motlanthe, ngoLwesine.

Ukwehluleka kukaSanral ukukhokha lesi sikweletu ekubeni uvele usabhekene notalatiya lwendaba yama e-tolls, kungaba nomthelela ongemuhle emigwaqeni yakuleli nezwe nje lonkana, kusho uMotlanthe.

"Uhulumeni kumele abheke izindlela zokuzama ukukhokha lesi sikweletu, lokho kusho ukuthi kuzomele kucozulwe ndawana thize kupheshwe."

UMotlanthe uwushaye indiva umbuzo wokuthi uhulumeni uzokhipha malini ekwelekeleleni uSanral.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Heavy rain. More sun than clouds. Cool. Pta: 9-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-21°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 10-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...