Uhambe kahle umbhikisho wama-etoll - Cosatu

2012-12-07 07:36

Johannesburg - Umbhikisho weCosatu “wokushaya ngolonwabu" ngoba umelene nama-etolls emigwaqeni emikhulu yaseGauteng uhambe kahle, kusho uNobhala wayo esifundazweni uDumisani Dakile.

“NjengeCosatu sijabule kakhulu, umbhikihso wethu uhambe kahle kanti futhi siyathemba ukuthi uwudlulisile umyalezo," esho.

“Le akusiyo impi yeCosatu kuphela, kepha eyeNingizimu Afrka yonkana."

UDakile uthe ngeke bayeke ukulwisana nama-etolls kuze kube kuqedwa nya ngawo.

“Uma bengakawuboni umyalezo, akusensuku zatshwala bawubone."

Okhulumela uMnyango wezokuThutha uTiyani Rikhotso uthe uhulumeni uwubonile lo mbhikisho futhi uyawahlonipha amalungelo abantu okubhikisha.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 7-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 2-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-23°C Showers late. More sun than clouds. Mild. PE: 9-19°C Showery. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...