Ufuna ukwenyusa amanani u-Eskom

2012-10-22 12:02

Johannesburg - Inkampani ephakela ngogesi i-Eskom seyinxuse ukuvunyelwa ikhuphule amanani kagesi ngo-16% njalo ngonyaka iminyaka emihlanu ilandelana, kusho inkampani ngoMsombuluko.

Lokhu kuzokwenza amanani kagesi asuke ku-61 cents ikilowatt ngalinye ngehora kuye ku-R128 cents i-kWh ngo-2017/18.

U-Eskom ufakile isicelo kwabakwa-National Energy Regulator of SA (Nersa), uhlelo lweminyaka lokunyuswa kukagesi olukhona, luzophela ngoMashi 31, 2013.

INersa izomemezela isinqumo sayo ngoFebhuwari, uma usuxhumene nomphakathi.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Sunny. Cool. Pta: 16-26°C a few showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C Showers late. More clouds than sun. Cool. PE: 12-20°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...