UGigaba ucele usizo nge-SA Express

2012-07-19 12:06

Johannesburg - Ungqongqoshe woMnyango wezamaBhizinisi oMphakathi uMalusi Gigaba uthe usecele uMcwaningi maBhuku Jikelele ukuthi angenelele kuphenywe ngezimali zenkampani i-SA Express, kusho umbiko weBusiness Day.

"Kungena umbiko, uthi uma ufuna ukuwulandelisisa uthole ukuthi kushoda ubufakazi bokuthi ungathatha izinyathelo," kusho umbiko kaGigaba.

Inkampani i-SA Express yahluleka ukubeka obala umbiko wayo wezezimali ngenhla yokungaqondi kahle kwezinto.

Izikhulu zenkampani zatshela iPhalamende ukuthi kunemali yentela engu-R32 million ecwilile, engeke ibuye kubaqoqi bentela.

Usihlalo wenkampani uLillian Boyle uthe basishayela ihlombe lesi sinyathelo sikaGigaba.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 17-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 17-30°C Showers late. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-31°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 20-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...