Sizoyilwa eyama-etolls - Vavi

2012-09-20 14:03

Johannesburg - UNobhala Jikelele weCosatu, uZwelinzima Vavi, ngoLwesine uthembise ngokuthi bazoyilwa ngawo wonke amandla abanawo eyokusetshenziswa kohlelo lwe-e-tolling, eGauteng.

"Ngokwethu ukubona, uhulumeni uzobe enza elikhulu iphutha uma eqhubeka nalolu hlelo ngoba kusho isinqumo seNkantolo yezoMthethosisekelo, ebe azi kahle ukuthi abantu abalufuni,” kusho kanje.

"Sizolwa ngakho konke esinakho.”

UVavi ubehuluma nezintatheli engqungqutheleni yeCongress of SA Trade Unions (Cosatu) eqhubeka eMidrand, eGoli.

"ICosatu isazimisele ngokuphikisana nama-e-tolls emigwaqeni. Asikaqedi ngalolu daba,” kuqhuba uVavi.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C a few showers. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-31°C Showers late. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 17-23°C Morning clouds. Mild. PE: 17-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...