Siyenyuka asabasebenzisa uCapitec

2014-09-29 11:06

Johannesburg - ICapitec Bank [JSE:CPI] yenze inzuzo ka-21% esikhathi esiyizinyanga eziyisithupha.     

Inzuzo yamasheya nayo inyuke ngo-21% yafinyelela ku-1 018 cents.

Ibhange libike nokuthi inzuzo idalwe ukwenyuka kwesibalo samakhasimende, esinyuke ngo-16%, nokuyinto enyuse imali engeniswa amakhasimende ngo-34% yafinyelela ku-R1.2bn ezinyangeni eziyisithupha.

Funda nalolu daba: UMnyango ulahlekelwe u-R35bn.

Imali engeniswa amakhasimende ngokusebenzisa ibhange isimi ku-41% manje, kanti u-59% owemali engena ngokubolekisa izimali, enyuke ngo-5% ezinyangeni eziyisithupha.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- Finance24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-27°C Sunny. Mild. PE: 12-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...