Siqashwe ngelokhozi isimo eLonmin

2012-09-21 07:50
Yabelani Shicilela

Rustenburg - Onogada bezinkampani ezizimele baqhubekile nokulawula ukutheleka kwabantu emayini ye-platinum eLonmin, eMarikana, njengoba abasebenzi beza emsebenzini ngoLwesihlanu.

Lokhu kuza ngemuva kwesiteleka esaphelezelwa ukuchitheka kwegazi esaqala ngo-Agasti 10 lapho abasebenzi babefuna ukunyuselwa amaholo.

"Ngijabule kakhulu ngokuzoqala ukusebenza njengoba sengizohola kangcono nje," kusho umvukuzi uMosala Pula.

Abasebenzi baseLonmin babuyele emsebenzini ngoLwesine ngemuva kokwamukela isiphakamiso sokunyuselwa amaholo phakathi kuka-11 no-22%.

Ngesikhathi sesiteleka, kwashona abantu abangu-46, okubalwa nabangu-35 abadutshulwa babulawa ngamaphoyisa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-27°C Sunny. Warm. PE: 13-23°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...