'Ngeke zibuyele ngakuhulumeni izimayini'

2013-02-05 12:01
Yabelani Shicilela

Cape Town - Ngeke kwenzeka ukuthuthukiswa kwezokumbiwa phansi ngaphandle kokuba izinkampani ezizimele zitshale izimale, kusho uNgqongqoshe wezokuMbiwa Phansi uSusan Shabangu ngoLwesibili.

Ekhuluma ku-Mining Indaba 2013, uphinde wagcizelela ukuthi ukufakwa kwezimayini ngaphansi kukahulumeni akukho emigomweni yeqembu elibusayo i-ANC, nekahulumeni.

"Lokhu kuphinde kwagcizelelwa nasengqungqutheleni ye-ANC yokukhetha ubuholi ngoDisemba: ukufakwa kwezimayini kuhulumeni akuyona indlela ezothathwa yizwe,” usho kanje.

Lesi sinqumo se-ANC kumele senze bakhululeke abezimboni zezimayini.

"Ngakho, ngiyacela ningalokhu nizama ukuvusa lolu daba.

"Ngithanda ukukugcizelela ukuthi uhulumeni akazi kuzokwenzeka kanjani ukuthi lokhu kuthuthukisa kwezokumbiwa phansi uma izinkampani ezizimele zingazifaki izimali," kusho uShabangu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...