Ngeke usanikwa imali u-SAA - Gigaba

2012-09-19 16:34
Yabelani Shicilela

Cape Town - UNgqongqoshe wezamaBhizinisi  oMphakathi uMalusi Gigaba uthi sekunqunywe ukuthi kungabe kusabakhona xhaso lwezimali oluzonikwa inkampani yezindiza iSouth African Airways (SAA), kuze kuba inkampani iqhamuka nohlelo olunzulu lokuqhuba ibhizinisi, kubika iphephandaba iBusiness Day.

UGigaba ukhulume nabeCape Town Press Club wathi uhulumeni akakanqumi lutho ngesicelo sabakwa-SAA sokuthi bachathazelwe ngesamba esiphakathi kuka- R4 billion kuya ku-R6 billion.

Ungqongqoshe uthe kusadingidwa ngalolu daba, uthe kudingeka inkampani iqhamuke nohlelo oluphusile.

"Kuze kube manje alukho uhlelo olubekwe etafuleni lwase lulandelwa,” kusho umbiko.

"Izwe ngeke lilokhu liqhubeka lizama ukuhlenga u-SAA.”
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Sunny. Mild. Pta: 12-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 10-20°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 8-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-25°C Sunny. Mild. PE: 14-26°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...