Kwehlile ukubanjwa inkunzi kwamabhange - Sabric

2012-09-18 14:00

Johannesburg - Ukubanjwa inkunzi kwamabhange kanye nabantu abakhipha izimali ezinkulu kuwo, kwehlile onyakeni ka-2012, kusho abakwa-SA Banking Risk Information Centre (Sabric).

Isikhulu esiphezulu uKalyani Pillay uthe kubikwe izehlakalo zokubamba inkunzi ezingu-717, phakathi kukaJanuwari no-Agasti, lesi sibalo singaphansana kuka-793 wangesikhathi esifanayo ngonyaka owedlule.

UPillay unxuse abantu ukuthi bakugweme ukukhipha izimali ezinkulu emabhange.

"Kubalulekile ukuthi abantu bakuxwaye lokhu okwenzekayo bese bezivikela," ekhuluma etshela izintatheli eMidrand.

Ubugebengu obuhleliwe kuthiwa yibo obusebenza kakhulu uma kubanjwa lolu hlobo lwenkunzi.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C a few showers. Morning clouds. Mild. Pta: 18-24°C Light rain. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-20°C Scattered showers. Decreasing cloudiness. Mild. Bloem: 16-25°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...