Kuyakhula ukwebelana kwaleli neSwiss

2012-06-21 16:27

Berne - Ukuhwebelana phakathi kweNingizimu Afrika neSwitzerland kulokhu kuqhubekile kule minyaka edlule, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezoHwebo uRob Davies, ngoLwesine.

UDavis ubambe umhlangano nozakwabo waseSwiss, eBerne.

INingizimu Afrika ithumela izithako ezimbiwa phansi nokunye okuyizinsiza zemvelo eSwiss, yona ithumela kuleli imishini nezinsiza zezempilo njengamaphilisi.

Ukuhwebelana kukhule ngo-30% kusho uDavies.

Enkulumweni kaDavies unxenxe osomabhizinisi bakuleli wathi kumele bazibophezele ekwelekeleleni ngokukhuliswa kwamakhono entsha.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...