Kuteleke abosizo lokuqala e-E Cape

2012-11-20 07:39

Johannesburg - Badube izinsiza bangena esitelekeni abosizo oluphuthumayo e-Eastern Cape, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni ngoLwesibili.

Bafuna ukuholelwa nesikhathi esengeziwe abasisebenzayo nokuthi kubuyekezwe uhlelo lokusebenza, kusho okhulumela uMnyango uSiyanda Manana.

"UNgqongqoshe wezeMpilo uSicelo Gqobana ujube ithimba elizophenya ngezinkinga ezikhona mayelana nokuholelwa kwabasebenzi kulo Mnyango."

UManana uthe kuzocelwa ama-ambulensi azimele ukuthi alekelele uma sekuqhubeka lesi siteleka.

NgoMsombuluko, uMnyango wengezwe ngama-ambulensi angu-60.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Sunny. Mild. Pta: 18-32°C Showers early. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 17-27°C Showers early. More sun than clouds. Warm. Bloem: 17-33°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 18-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...