Kusule isikhulu seLonmin

2012-12-28 10:42

Johannesburg - ILonmin [JSE:LON] ibike ukuthi isikhulu sayo u-Ian Farmer, nobethathe ikhefu emsebenzini kusukela ngo-Agasti ngenxa yokuhlatshwa ukugula, useshiyile kule nkampani.

USimon Scott nguye ozoqhubeka nokubamba isikhundla sikaFarmer kuze kube kutholakala umuntu ozongena kuso, kusho le nkampani engeyesithathu emhlabeni ukukhiqiza i-platinum.

Isimemezelo sangoLwesihlanu silandela unyaka ongabanga muhle kule nkampani kulandela ukuqubuka kweziteleka ezinodlame ezimayini zakuleli, nokushona kwabavukuzi eMarikana.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-25°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 5-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-24°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...