Kungalunga uma sibambisana - Vavi

2013-02-08 08:17

Johannesburg - Abasebenzi ababili kwabathathu kuleli abekho ngaphansi kwenyunyana, kusho uNobhala Jikelele womfelandawonye iCongress of SA Trade Unions uZwelinzima Vavi.

"Bangu-30% kuphela abasebenzi bakuleli abangaphansi kwezinyunyana. Lokho kusho ukuthi sisahlalelwe ngumsebenzi onzima, ikakhulukazi kulabo basebenzi abangaphethwe ngendlela," kusho uVavi enkulumweni elungiselwe ukuba ayethule enkomfeni yeNational Union of Mineworkers (NUM) eGoli.

Uqhube ngokuthi umkhakha wezimayini yiwo onabasebenzi abaningi abajoyina izinyunyana, njengoba izinga limi ku-78%.

"Nokungase kube yincazelo yokuthi kungani i-Association of Mineworkers and Construction Union ilambele kangaka ukuphuca iNUM amalungu ayo," esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 14-25°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...