Kumele lihlomulise bonke olwama-etolls - Gordhan

2012-09-21 10:04
Yabelani Shicilela

Johannesburg - UNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan uthi abantu abehlise imimoya kuze izolandeleka ngendlela indaba ye-etolling yaseGauteng.

UGordhan uthi inhloso kahulumeni wukuthi ekugcineni lolu hlelo luwinise bonke abantu abathintekayo.

"Eqinisweni wukuthi uma uhulumeni ezimisele ngokuvuka kusasa aqalise indaba yama-etoll, lokho angakwenza kodwa-ke akusiyo inhloso leyo," kusho uGordhan ekhuluma emsakazweni iSAfm.

"Okubalulekile wukuthi kubuyelwe emuva kuMthethosisekelo kubhekwe ukuthi ingatholakala kanjani indlela eya phambili."

"Ngasohlangothini lukahulumeni ngingasho ngingananazi ukuthi uhulumeni uzimisele ngokwanelisa zonke izinhlaka."

Ungqongqoshe uveze ukuthi ikomidi longqongqoshe usihlalo walo ekuyiPhini likaMengameli uKgalema Motlanthe, selihlangane nezinhlaka eziningi ukuzama ukuthola isizombululo odabeni lwe e-tolling.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Amathemba ngesiteleka se-Amcu

Emizuzwini eyi-23 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...