Kulindeleke uZuma agxile kwezemisebenzi

2012-02-09 08:36

Cape Town - Kulindeleke ukuthi uMengameli Jacob Zuma agxile kakhulu kwezomnotho uma esethula inkulumo ebhekiswe esizweni njengoba kuvulwa iPhalamende ngoLwesine ntambama.

Okhulumela iCongress of the People uNic Koornhof uthe le nkulumo izokwenziwa yize abeMoody's and Fitch betshengise ukuthi umnotho wakuleli uthe ukufadalala.

USomlomo wePhalamende uMax Sisulu uthe le nkulumo kumele ibheke kakhulu ekwakhiweni kwamathuba emisebenzi.

OweDemocratic Alliance uLindiwe Mazibuko uthe abantu bakuleli bafuna le nkulumo inikeze ithemba.

"Abafuni ukuzwa ngohide lwezithembiso zezinto ezigcina zingenzekanga," esho etshela izintatheli ePhalamende ngoLwesithathu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 13-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Rain late. Afternoon clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...