Iyehla intengo kaphethiloli

2012-12-28 08:45

Johannesburg - UMnyango wezaMandla umemezele ukuthi izokwehla intengo kaphethiloli ngasekuqaleni kukaJanuwari.

Okhulumela uMnyango uThandiwe Maimane uthe i-95 octane izokwehla ngo-15 cents ilitha kuthi i-93 octane yehle ngo-13 cents ilitha.

Udilizi uzokwehla ngo-27 nango-28 cents ilitha ngokuhlukana kwawo.

Uphalafini uzoshibha ngo-17 cents ilitha.

La manani azoqala ukusebenza ngoJanuwari 2.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 10-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 6-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...