Isebenza kahle iCapitec

2012-03-28 12:02

Johannesburg - Ibhange lakuleli elibolekisa kakhulu ngemali, iCapitec, libika ukuthi lenze inzuzo ka-50% futhi liyaqhubeka nokukhula njengoba lizovula izikhungo ezintsha ezingu-55.

Izikhulu zebhange zithi inzuzo yenyuswe kakhulu ukubolekisa ngemali.

Ibhange iCapitec, linconywa ngokuba yibhange elinakekela abantu abashaywa indiva ngamanye amabhange aziwa ngokuthi ngamabhange amakhulu.

Amabhange amakhulu kuthiwa aseqala ukusika iphethini ekwenzeni kwaleli bhange.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-24°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C a few tstorms. Decreasing cloudiness. Cool. PE: 12-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...