Inyunyana ifuna uNene avikele izisebenzi nabampofu

2015-02-24 15:59

Johannesburg - IFederation of Unions of SA (Fedusa) ngoLwesibili ithe inethemba lokuthi isabelomali sika-2015/16 sizovikela abampofu kanye nezisebenzi.

"IFedusa ifuna uNgqongqoshe wezeziMali uNhlanhla Nene avikele amapofu kanye nezisebenzi uma esethula isabelomali,” kusho unobhala jekelele uDennis George.

Funda nalolu daba: Kulula kakhulu ukuqola imali ekhadini lomuntu.

UNene uzokwethula isabelomali sika-2015/16 ngoLwesithathu.

Le nyunyana ayihambisani nokwenyuswa kwentela (VAT), ithi lokhu kuzothwalisa kanzima abantu abahluphekayo nezisebenzi.

"IFedusa iyalweseka uhlelo olwaziwa nge-NDP [national development plan] lokuthi iNingizimu Afrika ikhulise izinga lomnotho ngo-5% nangaphezulu nokuthi yehlise izinga labantu abangasebenzi nabahluphekayo,” kusho uGeorge.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Morning clouds. Cool. PE: 7-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...