Imboni yezimayini mayelule isandla - Zuma

2013-01-15 07:55

Johannesburg - Akumele iqhubeke nokuba ngogombela kwesakhe imboni yezimayini kuleli njengoba yenza izindodla zenzuzo, ngaphandle kokusiza abantu bakuleli, kusho uMengameli Jacob Zuma ngoMsombuluko.

Yize le mboni ilisize kakhulu izwe, kepha inamaphutha amaningi.

“Abantu bayohlale benokuthuka uma sithi makube noshintsho.

“Le mboni akumele yenze inzuzo eningi ngaphandle kokusiza abantu bakuleli. Uma ingakwazi ukufaka isandla emnothweni wezwe, lokho kuyinkinga enkulu."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-18°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...