ISamwu ayehleli ngezansi kuka-10%

2011-08-18 12:53
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abasebenzi bakahulumeni abasesitelekeni bathi ngeke basivume isiphakamiso sokunyuselwa amaholo esingaphansi kuka-10%, kusho inyunyana yabo iSA Municipal Workers' Union (Samwu) ngoLwesine.

"Izinga eliniphakamisayo ekuqaleni anikaze nilithole vele ekugcineni, kodwa ngeke size sisamukele isiphakamiso esingaphansi kuka-10%," kusho okhulumela le nyunyana iSamwu uTahir Sema.

Abasebenzi abangamalungu eSamwu bagcwala izitaladi kusukela ngoMsombuluko ngoba befuna ukunyuselwa amaholo ngo-18%.

Umqashi iSA Local Government Association iphakamisa u-6.8%.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-18°C Sunny. Mild. Bloem: 6-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-26°C Sunny. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...