INumsa igxeke amaphathi akwa-Eskom

2012-07-10 16:21

Johannesburg - Inyunyana iNational Union of Metalworkers of SA (Numsa), nayo isigxeke inkampani i-Eskom ngokusebenzisa izindodla zemali kwenziwa amaphathi.

"Kuyakhathaza lokhu, kukhona abantu abaswele abathwele kanzima ngenxa yokumba eqolo kukagesi," kusho isitatimende senyunyana ngoLwesibili.

Iphephandaba iCity Press labika ukuthi inkampani isebenzise imali eyevile ku-R36 million yenzela abasebenzi amaphathi, kusukela ngenyanga ka-Okthoba.

Amaphathi abanjwa eWitbank, eMpumalanga, iseLephalale, eLimpopo, iseKapa kanye naseThekwini.

Umkhulumeli wakwa-Eskom uHillary Joffe ukhalele inkampani wathi amaphathi abe enzelwa ukubonga abasebenzi ngokuzinikela kwabo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Sunny. Cool. Pta: 16-30°C Strong thunderstorms. High level clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Light rain late. High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...