IGauteng ihamba phambili ngezikweletu

2013-01-15 12:03

Johannesburg - Isifundazwe iGauteng yisona esinesibalo esiphezulu sabantu abanezikweletu, uma kuqhathaniswa nabantu abakwezinye izifundazwe, kusho abakwaSA Institute of Race Relations.

Umbiko wocwaningo lwakwa-SAIRR, uthi okungenani wonke umuntu wesaGauteng, unesikweletu semali engu-R4 260.

Izikweletu zihlanganisa imali yokukhokhela imizi kanjalo nezikweletu ezejwayelekile, ezihlanganisa izikweletu zasezitolo.

Umcwaningi wakwaSAIRR, uGeorgina Alexander uthi abasebenzi bahola imali encane kodwa babolekwe izimali ezinkulu, uthi lokhu kwenza kube nzima ukuthi bakwazi ukukhokhela izikweletu zabo.

"Isifundazwe iGauteng siphinda sibe nabantu abahola kakhulu, nalokho kunomthelela ekutheni babolekwe kalula, ekugcineni kwenza isifundazwe sihambe phambili ekubeni yiso esinesikweletu esiphezulu."




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).




- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 18-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Sprinkles late. More clouds than sun. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...