I-NDP izosisiza sonke - Zuma

2013-02-15 10:00

Johannesburg - INational Development Plan uzobeka izwe endleleni ecacile mayelana nokuthuthukiswa kwezwe, kusho uMengameli Jacob Zuma ngoLwesihlanu.

"Akuyona into kahulumeni noma iqembu elithize, kodwa ngeyethu sonke,” esho esidlweni sebhizinisi sasekuseni esihlelwe yiphephandaba iThe New Age, eKapa, ngemuva kokwethula inkulumo ebhekiswe esizweni kuvulwa iPhalamende ngoLwesine.

"Izwe liyazi lapho liya khona. SesineNational Development Plan manje. Akuyona into eqhamuka emakhanda abantu nje abazikhulumela noma yini, kepha uhlelo okumele lusize izwe.”

UZuma uthe ingqinamba ebhekene nohulumeni ukuqinisekisa ukuthi lolu hlelo lisebenzela wonke umuntu wakuleli.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-25°C Isolated tstorms. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 14-19°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-21°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-25°C Numerous showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...