I-Cosatu isamukele isinqumo se-NPA

2012-09-03 14:04

Johsnnesburg - Umfelandawonye wezinyunyana iCosatu isisamukele isinqumo seNational Prosecuting Authority sokudedela nokuhoxisa amacala okubulala abebekwe abavukuzi baseMarikana abangu-270.

"I-Congress of SA Trade Unions iyasamukela lesi sinqumo sokudedelwa kwabavukuzi nokuhoxiswa kwamacala abebethweswe wona," kusho okhulumela lo mfelandawonye uPatrick Craven.

I-Cosatu inxenxe ukuthi laba bavukuzi badedelwe ngokushesha, njengokwesithembiso se-NPA.

La bavukuzi baboshelwa ukudala uthuthuva emphakathini ngemuva kokuthi amaphoyisa avulela ngenhlamvu athela othulini abavukuzi ababesesitelekeni, kwashona abangu-34 kwathi abangu-78 balimala ngo-Agasti 16 kule mayini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Numerous showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 11-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-19°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...