I-Amplats ithi ilahlekelwe ngu-R6.3 billion

2013-02-04 14:02

Johannesburg - NgoMsombuluko kubikwe ukuthi isiteleka esikhungethe i-Anglo American Platinum silahlekelisele inkampani ngo-R6.3 billion.

"Ukusebenza ngonyaka ka-2012 bekunezinselelo kule nkampani yakwa-Anglo American Platinum kanye nemboni ye-platinum yonkana,” kusho isikhulu esiphezulu senkampani uChris Griffith esitatimendeni.

Lo mphumela ukhombisa ukwehla ngo-180%, kuleyo nzuzo engu-R7.9bn yango-2011, onyakeni ophele ngo-Disemba 31, 2012.

Imali yamasheya yehle ngo-R5.62 ngo-2012, uma kuqhathaniswa nenzuzo engu-R13.65 yango-2011.

"Lokhu kudalwe nawukwehla kokudayiswa kwemikhiqizo, isiteleka sangonyaka odlule esingekho emthethweni nesimo sase-Europe."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C High level clouds. Mild. Pta: 11-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-28°C High level clouds. Warm. PE: 13-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...