Bayonga abesifazane bakuleli - Ucwaningo

2012-10-23 12:28

Johannesburg  – Inkampani esebenza emhlabeni wonke jikelele iVisa, isikhiphe umbiko ngaphansi kocwaningo ekuthiwa yiWomen’s Money Matters Survey 2012, othi abesifazane baseNingizmu Afrika bayakwazi ukunakekela izimali zabo.

Inkampani ikhulume nabesifazane abangu-2 000 abasemazingeni angalingani empilo, inhloso yocwaningo bekuwukuthola imizwa yabesifazane ngezindaba ezithinta imali..

Ucwaningo luthe:

•  U-71% unemali oyongayo emabhange, futhi unemizi.
•  U-9% kuphela ekuvele ukuthi awongi mali, nencane lena.
•  Baku-27% abacela ukuboniswa nguchwepheshe wezezimali.
•  U-54% ukholwa ukuthi umuzi yiyona ndlela ephephile yokonga.
•  Baku-2% abatheng aamasheya.
•  U-30% wabesifaazne ungaela umholo wezinyanga eziyisithuph akuze uzophumelelisa umshado wabo.
•  bangu-2% kuphela abasebenzia imali eyevile ku-R1 000 nyangazonke ngezinto zokuzicwala.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24

- Finance24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-26°C Sunny. Mild. PE: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...