Basazothwala kanzima abashayeli ngophethiloli

2013-02-22 14:02

Johannesburg – Kubukeka sengathi abashayeli bezimoto basazoqhubeka nokudonsa kanzima njengona sekumenyezelwe okunye ukunyuka kukaphethiloli ngenyanga ezayo.

Ukuguquguquka kwentengo kaphethiloli usuku nosuku ngoJanuwari bekudalwa ukuntenga kwerandi uma liqhathaniswa nedola laseMelika, kanti uFebhuwari wona uze nokunyuka kwamanani kawoyela emhlabeni.

Ngenyanga eyedlule, uphethiloli unyuke ngo-41cents ilitha.

UMnyango wezokuMbiwa Phansi naMandla kulindeleke ukuthi unyuse uphethiloli ngo-75 cents ilitha kusukela ngoMashi 6.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 14-29°C Rain late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 11-25°C Numerous showers. High level clouds. Mild. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...