Bamukelwe ngezifudumele abaseMarikana

2012-09-04 07:35

Marikana -  Bekuyinjabulo yodwa ngesikhathi kutheleka abavukuzi baseLonmin ababoshwa kusuka uthuli lwezichwe kule mayini njengoba befike phakathi kwamabili emizini yabo.

Abantu babuthelene ngakule mayini nalapho bebejabula khona ngalesi sinqumo.

La bavukuzi bafike ngamatekisi abeshaye ujenga, nabaxhaswe ngawo yiFriends of the Youth League.

Iqoqo lokuqala labavukuzi abangu-50 lidedelwe ngesexwayiso eNkantolo yeMantshi yaseGa-Rankuwa ngoMsombuluko ntambama.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Sprinkles early. Partly cloudy. Cool. Pta: 10-25°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 9-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 14-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...